UGenesise 16:1-2

UGenesise 16:1-2 CZB24

USarayi umka-Abrama wayengamzaleli mntwana, wayenencekukazi yaseGibithe, igama layo lalinguHagari. USarayi wathi ku-Abrama: “Bheka, uJehova ungivalile ukuba ngizale; Ngena encekukazini yami; mhlawumbe ngingathola abantwana naye. U-Abrama walilalela izwi likaSarayi.