UHezekeli 43:4-5

UHezekeli 43:4-5 CZB24

Inkazimulo kaJehova yangena endlini ngesango elibheke ngasempumalanga. UMoya wangiphakamisa, wangisa egcekeni elingaphakathi; bheka, inkazimulo kaJehova yagcwalisa indlu.