Khona ngiyakufafaza amanzi ahlanzekileyo phezu kwenu, nihlambuluke; ngiyakunihlambulula kukho konke ukungcola kwenu nakubo bonke onkulunkulu benu abangcolileyo. Ngiyakuninika inhliziyo entsha, ngifake phakathi kwenu umoya omusha; ngiyakukhipha inhliziyo yetshe enyameni yenu, ngininike inhliziyo yenyama. Ngiyakufaka uMoya wami phakathi kwenu, ngenze ukuba nihambe ngezimiso zami, nigcine izahlulelo zami, nizenze. Niyakuhlala ezweni engalinika oyihlo; niyakuba yisizwe sami, mina ngibe nguNkulunkulu kini. Ngiyakunisindisa kukho konke ukungcola kwenu, ngibize amabele, ngiwandise, kungabikho indlala phezu kwenu.
Funda UHezekeli 36
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UHezekeli 36:25-29
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo