Ifu lasibekela itende lokuhlangana, inkazimulo kaJehova yagcwalisa itabernakele. UMose wayengenakungena etendeni lokuhlangana, ngokuba ifu lahlala phezu kwalo, nenkazimulo kaJehova yagcwalisa itabernakele. Lapho ifu lisuka phezu kwetabernakele, abantwana bakwa-Israyeli baqhubeka nokuhamba. Kodwa uma ifu linganyuswanga, babengasuki kwaze kwafika usuku lokwenyuswa kwalo. Ngoba ifu leNkosi laliphezu kwethabhanekele emini, lomlilo wawuphezu kwalo ebusuku phambi kwamehlo ayo yonke indlu kaIsrayeli ezinkambeni zabo zonke.
Funda UEksodusi 40
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UEksodusi 40:34-38
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo