UEksodusi 12:1-3

UEksodusi 12:1-3 CZB24

UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni ezweni laseGibithe, wathi: Le nyanga iyakuba kini eyokuqala kwezinyanga; kumelwe kube yinyanga yokuqala yonyaka kini. Khulumani kuyo yonke inhlangano yakwa-Israyeli, nithi: Ngolweshumi lwale nyanga bayakuzithathela yilowo nalowo imvu ngokwezindlu zawoyise, iwundlu ngendlu.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UEksodusi 12:1-3