Esteri 10

10
Esteri 10
1Inkosi u-Ahashiveroshi yathela intela ezweni naseziqhingini zolwandle.
2Zonke izenzo zamandla akhe, namandla akhe, nesimemezelo sobukhulu bukaMoridekayi, inkosi eyamkhulisa ngabo, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi aseMediya nasePheresiya?
3Ngokuba uMoridekayi, umJuda, wayengowesibili kwenkosi u-Ahashiveroshi, emkhulu phakathi kwabaJuda, wathokozisa uquqaba lwabafowabo, wafuna ingcebo yabantu bakhe, wakhuluma ukuthula kuyo yonke inzalo yakhe.

Okuqokiwe okwamanje:

Esteri 10: CZB24

Qhakambisa

Dlulisela

Kopisha

None

Ufuna ukuthi okuvelele kwakho kugcinwe kuwo wonke amadivayisi akho? Bhalisa noma ngena ngemvume

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo