Kwabase-Efesu 4:7-10

Kwabase-Efesu 4:7-10 CZB24

Kodwa yilowo nalowo kithina uphiwe umusa ngokwesilinganiso sesipho sikaKristu. Ngakho uthi: Esenyukele phezulu, wathumba abathunjwa, wapha abantu izipho. (Manje lokhu ukuthi wenyuka, kuyini, ngaphandle kokuthi wehlela ezindaweni eziphansi zomhlaba na? Yena owehlayo nguye laye owenyukela kakhulu phezu kwamazulu wonke, ukuze agcwalise zonke izinto.)

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Kwabase-Efesu 4:7-10