Kwabase-Efesu 4:22-24

Kwabase-Efesu 4:22-24 CZB24

ukuba nikhumule maqondana nenkambo yakuqala umuntu omdala, owonakala ngezinkanuko zenkohliso; nenziwe basha emoyeni wengqondo yenu; nembathe umuntu omusha, owadalwa ngokukaNkulunkulu ekulungeni nasebungcweleni beqiniso.