Kumelwe uthande uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho nangawo onke amandla akho. Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho: Kumelwe ulifundise ngenkuthalo abantwana bakho futhi ukhulume ngalo lapho uhlezi endlini yakho nalapho uhamba endleleni nalapho ulala nalapho uvuka. Kumelwe ulibophe libe luphawu esandleni sakho, libe njengebhande phakathi kwamehlo akho. Kumelwe ulilobe ezinsikeni zomnyango wendlu yakho nasemasangweni akho.
Funda UDuteronomi 6
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UDuteronomi 6:5-9
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo