Uma indoda ifunyanwa ilala nowesifazane ogane indoda, bayakufa bobabili, indoda elale nowesifazane, kanye nowesifazane; khona-ke kumelwe ususe ububi kwa-Israyeli. Uma intombazane eyintombi igane indoda, indoda iyithole emzini, yalala nayo; Khona-ke kumelwe nibakhiphe bobabili nibayise esangweni lalowo muzi, nibakhande ngamatshe, bafe; intombazane, ngokuba ayibizanga isemzini; indoda, ngokuba ilulazile umkamakhelwane wayo; ngalokho kufanele ususe ububi phakathi kwakho.
Funda UDuteronomi 22
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UDuteronomi 22:22-24
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo