Abantwana bakwa-Israyeli basuka eBeyeroti eBene Jakani, baya eMosera; u-Aroni wafela khona, wembelwa khona; u-Eleyazare indodana yakhe wakhonza esikhundleni sakhe njengompristi. Basuka lapho, baya eGudigoda; basuka eGudigoda, baya eJotibati, izwe lemifudlana yamanzi.
Funda UDuteronomi 10
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UDuteronomi 10:6-7
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo