UDaniyeli 8:19-21

UDaniyeli 8:19-21 CZB24

Wathi: “Bheka, ngiyakunazisa okuyakuba khona ekupheleni kolaka, ngokuba ukuphela kuyakuba ngesikhathi esimisiweyo.” Inqama oyibonile enezimpondo ezimbili ingamakhosi aseMediya nasePheresiya. Lempongo iyinkosi yaseGrisi, nophondo olukhulu oluphakathi kwamehlo ayo yinkosi yokuqala.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo