KwabaseKolose 3:1-2

KwabaseKolose 3:1-2 CZB24

Ngakho-ke uma navuswa kanye noKristu, funani okwaphezulu, lapho ehlezi khona uKristu ngakwesokunene sikaNkulunkulu. Nakani okwaphezulu, ningacabangi okusemhlabeni.