Base beyiphendula inkosi, bathi: “Lowo muntu owasidlayo, owaceba ngathi ukuba sibhujiswe, sihlale kunoma yimuphi wemikhawulo yakwa-Israyeli, Masinikwe amadoda ayisikhombisa emadodaneni akhe, siwalengise phambi kukaJehova eGibeya likaSawule uJehova alikhethileyo. Inkosi yasisithi: Ngizabanika. Kodwa inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani indodana kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule.
Funda 2 Samuweli 21
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 2 Samuweli 21:5-7
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo