2 kaPetru 3:8-9

2 kaPetru 3:8-9 CZB24

Kodwa, bathandekayo, ningayikhohlwa lento eyodwa, ukuthi usuku olulodwa eNkosini lunjengeminyaka eyinkulungwane, neminyaka eyinkulungwane injengosuku olulodwa. INkosi ayilibali ngesithembiso sayo, njengalokhu abanye bathi ukulibala; kodwa uyasibekezelela, engathandi ukuthi kubhubhe namunye, kodwa ukuba bonke beze ekuphendukeni.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 kaPetru 3:8-9