2 kwabaseKorinte 8:20-22

2 kwabaseKorinte 8:20-22 CZB24

sigwema lokhu, funa kube khona osisolayo kule nala esisezwa yithi; sinakekela okuhle, kungephambi kweNkosi kuphela, kodwa lasemehlweni abantu. Sithumile kanye nabo umzalwane wethu esimbonise kaningi ukuthi ukhuthele ezintweni eziningi, kepha manje ukhuthele kakhulu ngenxa yokuqiniseka okukhulu enginakho ngani.