2 kwabaseKorinte 5:16-17

2 kwabaseKorinte 5:16-17 CZB24

Ngakho-ke kusukela manje asisazi muntu ngokwenyama; yebo, noma sesimazi uKristu ngokwenyama, nokho kusukela manje asisamazi. Ngakho uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; bheka, sekuvele okusha.