Uma okholwayo owesilisa noma owesifazane enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa; ukuze lisize abangabafelokazi isibili. Amalunga aphatha kahle makabalwe njengabafanele ukutuswa ngokuphindiweyo, ikakhulu lawo asebenza kanzima ezwini nasekufundiseni. Ngoba umbhalo uthi: Ungayifaki isifonyo inkabi lapho ibhula. Futhi: Isisebenzi sifanele umvuzo waso.
Funda 1 kuThimothewu 5
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kuThimothewu 5:16-18
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo