1 kuThimothewu 2:8-10

1 kuThimothewu 2:8-10 CZB24

Ngakho-ke ngithanda ukuba amadoda akhuleke ezindaweni zonke, ephakamisa izandla ezingcwele, ngaphandle kolaka nokungabaza. Kanjalo nabesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, bazihlobise ngokuhlonipha nokuqonda; kungabi ngezinwele ezalukiweyo, negolide, namaparele, nezambatho ezinenani elikhulu; Kodwa (okufanele abesifazane abathi besaba uNkulunkulu) benze imisebenzi emihle.