Ngakho-ke duduzanani kanyekanye, nakhane, njengalokhu nisenza. Siyanincenga, bazalwane, ukuba nibazi abakhandlekayo phakathi kwenu, nabaniphetheyo eNkosini, abaniyalayo; nibazise kakhulu othandweni ngenxa yomsebenzi wabo. Futhi nihlalisane ngokuthula. Siyanincenga, bazalwane, ukuba nibaxwayise abaxhwalayo, niduduze abadanileyo, nisekele ababuthakathaka, nibekezelele abantu bonke.
Funda 1 kwabaseThesalonika 5
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseThesalonika 5:11-14
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo