Ngalokho-ke vuselelanani, nakhane njengokuba futhi nikwenza. Kepha siyanincenga, bazalwane, ukuba nibazi abakhandlekayo phakathi kwenu, nabaniphetheyo eNkosini, nabanilulekayo, nibazisise kakhulu othandweni ngenxa yomsebenzi wabo. Hlalisanani ngokuthula. Kepha siyaniyala, bazalwane, ukuba niluleke abangahambi ngomthetho, nithokozise abadanileyo, nisekele ababuthakathaka, nibabekezelele bonke.
Funda 1 kwabaseThesalonika 5
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseThesalonika 5:11-14
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo