Kwathi sebeqedile e-Ashidodi ekuseni kakhulu, bheka, uDagoni wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova. Basebemthatha uDagoni bambuyisela endaweni yakhe. Lapho bevuka ekuseni kakhulu, bheka, uDagoni wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova; ikhanda likaDagoni nezintende zezandla zakhe zombili zazinqunyiwe zisembundwini; kwasala isiphunzi sikaDagoni kuphela.
Funda 1 Samuweli 5
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 Samuweli 5:3-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo