1 Samuweli 5:3-4

1 Samuweli 5:3-4 CZB24

Kwathi sebeqedile e-Ashidodi ekuseni kakhulu, bheka, uDagoni wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova. Basebemthatha uDagoni bambuyisela endaweni yakhe. Lapho bevuka ekuseni kakhulu, bheka, uDagoni wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova; ikhanda likaDagoni nezintende zezandla zakhe zombili zazinqunyiwe zisembundwini; kwasala isiphunzi sikaDagoni kuphela.