USamuweli wasesithi kuIsrayeli wonke: Khangelani, ngilalele ilizwi lenu kukho konke elakutsho kimi, njalo ngilibekile inkosi phezu kwenu. Bhekani, inkosi iyaphuma phambi kwenu, mina-ke sengimdala, ngiyimpunga; bhekani, amadodana ami akini, mina ngihambile phambi kwenu kusukela ebuntwaneni bami kuze kube namuhla. Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe. Bathi: “Awusikhohlisanga, awusicindezelanga, awuthathanga lutho esandleni samuntu
Funda 1 Samuweli 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 Samuweli 12:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo