1 Amakhosi 4:29-30

1 Amakhosi 4:29-30 CZB24

UNkulunkulu wamnika uSolomoni ukuhlakanipha nokuqonda okuningi, nobubanzi benhliziyo, njengesihlabathi esisogwini lolwandle. Ukuhlakanipha kukaSolomoni kwakungcono kunokuhlakanipha kwabo bonke abantwana bezwe lasempumalanga nakho konke ukuhlakanipha kwaseGibhithe.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 Amakhosi 4:29-30