1 kwabaseKorinte 5:12-13

1 kwabaseKorinte 5:12-13 CZB24

Ngokuba nginamsebenzi muni ukuba ngahlulele nabangaphandle na? Anibahluleli yini abangaphakathi na? Kodwa uNkulunkulu uyabahlulela abangaphandle. Ngakho susani phakathi kwenu lowomuntu omubi.