Ngokuba umzimba awusiwo isitho sinye, kepha maningi. Uma unyawo luthi: “Ngokuba ngingesiso isandla, angisikho okomzimba; Ngakho kayisiyo yini ingxenye yomzimba? Uma indlebe ithi: “Ngokuba ngingesilo iso, angisikho okomzimba; Ngakho kayisiyo yini ingxenye yomzimba? Uma umzimba wonke ubuliso, ukuzwa ngabe kuphi? Uma wonke ubuwukuzwa, ukuhogela ngabe kuphi? Kodwa khathesi-ke uNkulunkulu umisile izitho, yileso laso emzimbeni njengokuthanda kwakhe.
Funda 1 kwabaseKorinte 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseKorinte 12:14-18
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo