Kwabase Roma 6:11-14

Kwabase Roma 6:11-14 ZULUNT

Ngokunjalo nani zishoni ukuthi ningabafileyo ngempela esonweni, kodwa niphilele uNkulunkulu ngoKristu Jesu. Ngakho-ke makungabusi isono emizimbeni yenu efayo, nize nilalele izinkanuko zayo. futhi ninganikeli izitho zenu esonweni, zibe yizikhali zokungalungi, kodwa zinikeleni nina kuNkulunkulu njengabaphilayo bevukile kwabafileyo nezitho zenu kuNkulunkulu, zibe yizikhali zokulunga. Ngokuba isono asiyikubusa phezu kwenu, ngokuba aniphansi komthetho, kodwa niphansi komusa.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Kwabase Roma 6:11-14