IsAmbulo 3:19-20

IsAmbulo 3:19-20 ZULUNT

Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke. Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami.