Luka 14:21-23

Luka 14:21-23 ZULUNT

Yafika leyo nceku, yabikela inkosi yayo lokho. Khona umninindlu wathukuthela, wathi encekwini yakhe: Phuma masinyane, uye emigwaqweni nasemigwaqweni yomuzi, ungenise lapha abampofu, nezilima, nezinyonga, nezimpumputhe. Inceku yasisithi: Nkosi, sekwenziwe njengokulaya kwakho, kodwa indawo isekhona. Yathi inkosi encekwini: ‘Phuma uye ezindleleni nasezintangweni, ubacindezele ukuba bangene, ukuze igcwale indlu yami.

Funda Luka 14

Ividiyo ye- Luka 14:21-23

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Luka 14:21-23