Johane 6:5-7

Johane 6:5-7 ZULUNT

Khona uJesu ephakamisa amehlo akhe, wabona isixuku esikhulu siza kuye, wathi kuFiliphu: Singazithenga ngaphi izinkwa, ukuze laba badle na? Wakusho lokho emlinga, ngokuba yena ubekwazi abezakukwenza. UFiliphu wamphendula wathi: Izinkwa zabodenariyo abangamakhulu amabili azibanele, ukuthi yilowo nalowo athathe okuyingcosana.

Funda Johane 6

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Johane 6:5-7