Izinhliziyo zenu mazingakhathazeki; kholwani nguNkulunkulu, nikholwe nayimi. Emzini kaBaba kukhona izindawo zokuhlala eziningi; uma bekungenjalo, bengiyakunitshela. ngiya ukunilungisela indawo. Futhi uma ngiya nginilungisela indawo, ngobuye ngize, nginemukele kimi; ukuze lapho ngikhona, libe khona lani. Lalapho engiya khona liyakwazi, lendlela liyayazi. UTomasi wathi kuye: Nkosi, asazi lapho oya khona; futhi singayazi kanjani indlela? UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.
Funda Johane 14
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Johane 14:1-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo