Kwabase-Efesu 6:18-20

Kwabase-Efesu 6:18-20 ZULUNT

ngokukhuleka konke nokunxusa nikhuleka ngezikhathi zonke ngoMoya, nikulinde ngokubekezela okukhulu nokunxusela abangcwele bonke; Nakimi, ukuze ngiphiwe izwi, ukuze ngivule umlomo wami ngesibindi, ukuze ngenze yaziwe imfihlakalo yevangeli; engiyinxusa lazo eziboshweni, ukuze ngikhulume ngesibindi kulo, njengokuba ngifanele ukukhuluma.