1 kuThimothewu 5:16-18

1 kuThimothewu 5:16-18 ZULUNT

Uma okholwayo owesilisa noma owesifazane enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa; ukuze lisize abangabafelokazi isibili. Amalunga aphatha kahle makabalwe njengabafanele ukutuswa ngokuphindiweyo, ikakhulu lawo asebenza kanzima ezwini nasekufundiseni. Ngoba umbhalo uthi: Ungayifaki isifonyo inkabi lapho ibhula. futhi: Isisebenzi sifanele umvuzo waso.