1 kaPetru 5:5-6

1 kaPetru 5:5-6 ZULUNT

Ngokunjalo, nina basha, thobelani abadala. Yebo, nonke thobelani omunye komunye, nembathe ukuthobeka, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa. Ngakho zithobeni ngaphansi kwesandla sikaNkulunkulu esilamandla, ukuze azaliphakamisa ngesikhathi esifaneleyo

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kaPetru 5:5-6