1 kwabaseKorinte 2:4-5

1 kwabaseKorinte 2:4-5 ZULUNT

nokukhuluma kwami nokushumayela kwami akubanga ngamazwi okuhlakanipha ahungayo, kepha kwaba ngesibonakaliso sikaMoya namandla; ukuze ukholo lwenu lungabi ngokuhlakanipha kwabantu, kodwa lube semandleni kaNkulunkulu.