KwabaseRoma 6:5-8

KwabaseRoma 6:5-8 ZUL20

Ngokuba uma sihlanganiswe naye ngokufa okufanayo, siyakuba njalo nangokuvuka. Sazi lokhu ukuthi umuntu wethu omdala wabethelwa kanye naye esiphambanweni, ukuze umzimba wesono wenziwe ize, singabe sisakhonza isono, ngokuba ofileyo ukhululiwe. Kodwa uma safa kanye noKhristu, siyakholwa ukuthi siyakuphila kanye naye

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseRoma 6:5-8