KwabaseRoma 2:23-24

KwabaseRoma 2:23-24 ZUL20

Wena luqobo ozigqaja ngomthetho, awukhombisi yini ukungamhloniphi uNkulunkulu ngokweqa umthetho na? Ngokuba igama likaNkulunkulu liyahlanjalazwa phakathi kwabezizwe ngenxa yenu, njengokuba kulotshiwe.