KwabaseRoma 11:17-18

KwabaseRoma 11:17-18 ZUL20

Kepha uma amanye amagatsha anqunywa, kwase kuthi wena oyigatsha lesihlahla somnqumo wasendle wafakwa phakathi kwawo ukuze uhlanganyele engcebeni yempande yomnqumo; ungazigabisi phezu kwamagatsha. Kepha uma uzigabisa, khumbula ukuthi akunguwe othwele impande, kodwa yimpande ethwele wena.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo