Buya, Simakade! Kuyoze kube nini na? Hawukela izinceku zakho. Sisuthise ngomusa wakho ekuseni, ukuze sithokoze, sijabule izinsuku zethu zonke. Sithokozise ngangezinsuku owasihlupha ngazo, nangangeminyaka esabona okubi ngayo. Izenzo zakho mazibonakale kuzo izinceku zakho, nenkazimulo yakho, kubantwana bazo. Umusa weNkosi, uNkulunkulu wethu, mawube phezu kwethu, imisebenzi yezandla zethu ichume, yisimamise imisebenzi yezandla zethu.
Funda AMahubo 90
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 90:13-17
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo