AMahubo 37:23-24

AMahubo 37:23-24 ZUL20

USimakade uyaziqinisa izinyathelo zomuntu lapho eyithanda indlela yakhe. Uma ewa, akayukufumbeka phansi, ngokuba uSimakade ubamba isandla sakhe.