AMahubo 30:11-12

AMahubo 30:11-12 ZUL20

Ukulila kwami ukuphendule ijadu, wangikhumula ingubo yesaka, wangembathisa injabulo, ukuze umphefumulo wami ukudumise, ungaphezi. Simakade, Nkulunkulu wami, ngizokubonga kuze kube phakade.