AMahubo 147:3-5

AMahubo 147:3-5 ZUL20

Welapha abanhliziyo zephukile, abophe izilonda zabo. Ubala inani lezinkanyezi, azibize zonke ngamagama. INkosi yethu inkulu, makhulu amandla ayo; ukuqonda kwayo akunakulinganiswa.

Isithombe sevesi sika- AMahubo 147:3-5

AMahubo 147:3-5 - Welapha abanhliziyo zephukile,
abophe izilonda zabo.

Ubala inani lezinkanyezi,
azibize zonke ngamagama.
INkosi yethu inkulu,
makhulu amandla ayo;
ukuqonda kwayo akunakulinganiswa.