AmaHubo 147:3-5
AmaHubo 147:3-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Welapha abanhliziyo zephukile, abophe izilonda zabo. Ubala inani lezinkanyezi, azibize zonke ngamagama. INkosi yethu inkulu, makhulu amandla ayo; ukuqonda kwayo akunakulinganiswa.
Dlulisela
Funda AmaHubo 147AmaHubo 147:3-5 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Uyaphilisa abenhliziyo echobozekileyo; izilonda zabo uyazibopha. Uyabala inani lezinkanyezi, azibize zonke ngamagama. INkosi yethu inkulu, makhulu amandla ayo; ukuqonda kwakhe akunakulinganiswa.
Dlulisela
Funda AmaHubo 147