AMahubo 133

133
Ubumnandi Bokuhlalisana Kwabazalwane Bemunye
Ihubo lokukhuphuka. ElikaDavide
1Bheka, kuhle, kumnandi kangaka
ukuba abazalwane bahlalisane ndawonye bemunye.
2Kufana namafutha amahle ekhanda,
ehlela esilevini,
isilevu sika-Aroni,
ehlela nasemphethweni wezembatho zakhe.
3Kufana namazolo eHermoni
ehlela ezintabeni iZiyoni.
Ngokuba uSimakade wayaleza khona isibusiso,
ukuphila kuze kube phakade.

Okuqokiwe okwamanje:

AMahubo 133: ZUL20

Qhakambisa

Dlulisela

Kopisha

None

Ufuna ukuthi okuvelele kwakho kugcinwe kuwo wonke amadivayisi akho? Bhalisa noma ngena ngemvume

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo