AMahubo 131:2-3

AMahubo 131:2-3 ZUL20

Ngiwududuzile, ngawuthulisa umphefumulo wami, njengomntwana elunyulwa ebeleni likanina, unjalo-ke nomphefumulo wami ngaphakathi kimi. Israyeli, yethemba uSimakade kusukela manje kuze kube phakade.