Bangihluphe kakhulu, kusukela ebusheni bami, makasho njalo u-Israyeli. Bangihlupha kakhulu, kodwa abangehlulanga. Kwaphambana imivimbo emhlane wami, kwangathi yimisele edatshulwe ngabalimi ensimini. USimakade ulungile, uzinqumile izintambo zezikhohlakali. Mabajabhiswe, babuyiselwe emuva bonke abazonda iZiyoni. Mabafane notshani ophahleni, obubuna bungakakhuli. Ovunayo akagcwalisi ngabo isandla sakhe, nobopha izinyanda, izingalo zakhe. Abadlulayo mabathi
Funda AMahubo 129
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 129:1-8
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo