Ubusisiwe wonke umuntu owesaba uSimakade, ohamba ngezindlela zakhe. Uyakudla okwezikhwepha zakho, ubusiseke, ube nempumelelo. Umkakho uyakuba njengomvini othelayo emzini wakho, abantwana bakho babe njengezithombo zomnqumo, bahlale bazungeze itafula lakho. Ngokuba iyobusiswa kanjalo indoda emesabayo uSimakade.
Funda AMahubo 128
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 128:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo