UNehemiya 5:4-5

UNehemiya 5:4-5 ZUL20

Abanye babethi: “Sibambise ngamasimu ethu nezivini zethu ukuze sithole imali yokukhokha intela enkosini. Siyafana nabafowethu, nezingane zethu ziyafana nezabo, kodwa siphoqa amadodana ethu namadodakazi ethu ukuba abe yizigqila; asinamandla, amasimu ethu nezivini zethu manje sekungokwabanye.”