NgokukaMakhu 8:13-16

NgokukaMakhu 8:13-16 ZUL20

Wabashiya, wangena futhi esikebheni, walibangisa ngaphesheya. Kepha babekhohliwe ukuphatha izinkwa; babengenalutho ngaphandle kwesinkwa esisodwa esasisesikebheni. Wayesebayala ethi: “Qaphelani, nixwaye imvubelo yabaFarisi nekaHerode.” Babephikisana bodwa, bethi ukusho lokhu ngokuba bengenazinkwa.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMakhu 8:13-16